I-Windows 8.1 Language Interface Pack (LIP)
I-Windows 8.1 Language Interface Pack (LIP) inikezela nge-User Interface ihlalisiwe ingxenye endaweni kwizindawo ezisetshenziswa kakhulu ze-Windows 8.1.
Okubalulekile! Ukukhetha ulimi olungezansi kuzoshintsha okuqukethwe kwekhasi eliphelele kulolo limi.
Inqulo:
1.0
Usuku Okushicilelwe Ngayo:
2013-11-12
Igama Lefayela:
LIP_zu-ZA-32bit.mlc
LIP_zu-ZA-64bit.mlc
Usayizi wefayela:
2.7 MB
4.1 MB
I-Windows Language Interface Pack (LIP) ikunikeza inguqulo ehunyushwe ingxenye yezindawo ezisebenziswa jikelele ze-Windows. Emva kokufaka i-LIP, izihloko zombhalo kuwizadi, amabhokisi omyalezo, amamenyu, nosizo nokusekela kuzoboniswa kulimi lwe-LIP. Umbhalo ongahumushiwe uzoba uncwelana lolimi ye-Windows 8.1. Ngokwesibonelo, uma uthenge inguqulo yesiPenishi ye-Windows 8.1, futhi wafaka i-Catalan LIP, eminye imibhalo izovela ngesiPenishi. Ungafaka i-LIP engaphezu kweyodwa kulimi olulodwa lwesisekelo. Ama-LIP e-Windows angafakwa kuzo zonke izinguqulo ze-Windows 8.1.- Ukuze uthole iziqondiso zangaphambi kokufaka, chofoza lapha
- Chofoza inkinobho landa kuleli khasi ukuqalisa ukulanda, noma khetha ulimi olwehlukile kusuka ohlwini olwehlayo.
- Yenza okunye kwalokhu okulandelayo:
- Ukuqala ukufaka ngokushesha, chofoza Sebenzisa.
- Ukugcina ukulanda kwikhompyutha yakho ukuze ufake ngemva kwesikhathi, chofoza Gcina
- Ngemva kweziqondiso zangemuva kokufaka, chofoza lapha
- Ukuthola okumayelana nezinkinga ezaziwayo, chofoza lapha